Indodana Yolahleho

Sbali asithandaze
God I have a wekness
Mina noMagesh sthand ucash
Everyday ngiphilel' umshova
Ngicela uhlale nam maliyoshona ilanga
Kodwa angikwazi ukubeka insimbi yami phansi labolova bazongiphula
But one thing for sure mangihlangana nano ngizoba gxoba

Besides God If I die umntwana uzodlani
Baba it feels good manage ngivayisela iOfi imali
But you know ukuthi ngiyithola ngegazi
Inyembezi zeyintandane nesqalekiso sabafelokazi phezu kwami

On saturday ngiyavaya ngiyobona bade lami emathuneni
Inhliziyo yami igaya iyobozi ngikhumbula leyo mini yobumnyama
So God uyazi ngingumoni ayi uzongixolela
Noma ngilala ebusuku uSatani ungihlebela amaqhinga
Mangivuka ekuseni ngibhodl' indlala
Ngicela ukuthi ungenze okhethiwe ngifane nendodana

Ngomel' impendulo yakho
Until then ngokhathelele ukuthenjwa
Amen asivaye bade

Músicas mais populares de Zola

Outros artistas de Contemporary R&B