Zilungise

Ungangibiza kanjani na ngomfowenu
Ungahloniphi nomkami nje
Ngingumfowenu kanjani
Ungakwazi nokungibulisa ekuseni

Ungangibiza kanjani na ngomfowenu
Ungathandi nezingane zami kanje
Ngingumfowenu kanjani
Ungakwazi nokungikhulumisa njengendoda

Zilungise kuqala engqondweni yakho
Wazi abantu ungazazi wena wedwa
Zilungise kuqala engqondweni yakho
Wazi abantu ungazazi wena wedwa
Zilungise kuqala engqondweni yakho
Wazi abantu ungazazi wena wedwa

Ungangibiza kanjani na ngomfowenu
Ungahloniphi nomkami nje
Ngingumfowenu kanjani
Ungakwazi nokungibulisa ekuseni

Ungangibiza kanjani na ngomfowenu
Ungathandi ney'ngane zami kanje
Ngingumfowenu kanjani
Ungakwazi nokungikhulumisa njengendoda

Zilungise kuqala engqondweni yakho
Wazi abantu ungazazi wena wedwa
Zilungise kuqala engqondweni yakho
Wazi abantu ungazazi wena wedwa

Curiosidades sobre a música Zilungise de Steve Kekana

Quando a música “Zilungise” foi lançada por Steve Kekana?
A música Zilungise foi lançada em 1982, no álbum “Amandla Amasha”.

Músicas mais populares de Steve Kekana

Outros artistas de Soft rock