Uzenzile Akakhalelwa
Kwenze njani bangani bami
Sening'biza umunt' ongalungile
Nithi mina ngilahlel' izandla
Kwenze njani bangani bami
Sening'biza umunt' ongalungile
Nithi mina ngilahlel' izandla
Futh' umanikhumbula kahle
Nizothol' ukuthi yini eniziphoxile
Ngoku ngathembeki kwenu
Futh' umangikhumbula kahle
Nizothol' ukuthi yini eniziphoxile
Ngoku ngathembeki kwenu
Uzenzile akakhalelwa ye ye
Kukhalel' uzumekile
Uzenzile akakhalelwa ye ye
Kukhalel' uzumekile
Uzenzile akakhalelwa ye ye
Kukhalel' uzumekile ye ye
Kwenze njani bangani bami
Sening'biza umunt' ongalungile
Nithi mina ngilahlel' izandla
Kwenze njani bangani bami
Sening'biza umunt' ongalungile
Nithi mina ngilahlel' izandla
Futh' umangikhumbula kahle
Nizothol' ukuthi yini eniziphoxile