Yiningawe
Ujwayel'ukuthi bonk'abantu bayakuzonda
Nabangani bakho uthi bakudlel'umona
Uthand'ukuthi bonke abantu bayakuzonda
Nabangani bakho uthi bakudlel'umona
Kodw'akekh'umuntu ongathanda lento yakho
Yokuqoma njalo sengathi ucabuka ukushelwa
Kodw'akekh'umuntu ongathanda lento yakho
Yokuqoma njalo sengathi ucabuka ukushelwa
Yini ngawe wesithandwa sami
Yini ngawe wesithandwa sami
Kawuzikhohlwanga umuhle
Wonke amadoda esangana mayekubheka

Wonke abadoda esangana mawakubheka
Yini ngawe wesithandwa sami
Yini ngawe wesithandwa sami