Woza Mpela Sonto

Sekusele
Ihora elilodwa kuphela
Ukuthi isikhathi sokushayisa yee
Sishaye
Sekusele
Ihora elilodwa kuphela
Ukuthi isikhathi sokushayisa yee
Sishaye

Abanye bethu
Bazobe bayezosweni
Kodwa mina ngizobe ngihlezi ekhaya
Nowakwami
Abanye bethu
Bazobe bayezosweni
Kodwa mina ngizobe ngihlezi ekhaya yoo
Nowakwami

Hoza wempela sonto
Uze nenjabulo
Sizokwazi nokuphumla kahle
Sihlezi nengane zethu
Hoza wempela sonto
Uze nenjabulo
Sizokwazi nokuphumla kahle
Sihlezi nengane zethu
Hoza wempela sonto
Uze nenjabulo
Sizokwazi nokuphumla kahle
Sihlezi nengane zethu

Sekusele
Ihora elilodwa kuphela
Ukuthi isikhathi sokushayisa yee
Sishaye
Sekusele
Ihora elilodwa kuphela
Ukuthi isikhathi sokushayisa yoo
Sishaye

Abanye bethu
Bazobe bayezosweni
Kodwa mina ngizobe ngihlezi ekhaya
Nowakwami

Hoza wempela sonto
Uze nenjabulo
Sizokwazi nokuphumla kahle
Sihlezi nengane zethu
Hoza wempela sonto
Uze nenjabulo
Sizokwazi nokuphumla kahle
Sihlezi nengane zethu
Hoza wempela sonto
Uze nenjabulo
Sizokwazi nokuphumla kahle

Curiosidades sobre a música Woza Mpela Sonto de Steve Kekana

Quando a música “Woza Mpela Sonto” foi lançada por Steve Kekana?
A música Woza Mpela Sonto foi lançada em 2009, no álbum “Greatest Hits Vol 1”.

Músicas mais populares de Steve Kekana

Outros artistas de Soft rock