Sengi Khathele (Uku Cenga Uthando)

Sengikhathele mina manje
Ukunceng'uthando ngalendlela
Sengikhathele mina manje
Ukunceng'uthando ngalendlela

Angith'uyaz'ukuthi noma ngingekho ngisemsebenzini
Ngisebenzela wena
Sengikhathel'ukuthi njalo
Uma ngifik'ekhaya
Ngikuthole sewuqomile

Ukungazi kufana nokungaboni
Ukube bengaz'ukuth'unje ngab'angikushelanga
Ingomuso kuwe alikho neze
Ngcono sisale sesiyeka
Ukuze uhlale ukhululekile
Ngcono sisale sesiyeka, sikhohlwe

Sengikhathele mina manje
Ukunceng'uthando ngalendlela
Sengikhathele mina manje
Ukunceng'uthando ngalendlela

Angith'uyaz'ukuthi noma ngingekho ngisemsebenzini
Ngisebenzela wena
Sengikhathel'ukuthi njalo
Uma ngifik'ekhaya
Ngikuthole sewuqomile

Sengikhathel'ukuthi njalo
Uma ngifik'ekhaya
Ngikuthole sewuqomile

Ukungazi kufana nokungaboni
Ukube bengaz'ukuth'unje ngab'angikushelanga
Ingomuso kuwe alikho neze
Ngcono sisale sesiyeka
Ukuze uhlale ukhululekile
Ngcono sisale sesiyeka, sikhohlwe

Curiosidades sobre a música Sengi Khathele (Uku Cenga Uthando) de Steve Kekana

Quando a música “Sengi Khathele (Uku Cenga Uthando)” foi lançada por Steve Kekana?
A música Sengi Khathele (Uku Cenga Uthando) foi lançada em 1981, no álbum “Usiko Lwabe Suthu”.

Músicas mais populares de Steve Kekana

Outros artistas de Soft rock