Ngi Zoku Thengela (Ibhotsotso)
Ngizokuthengel'ibhotsotso
Uma nje uke wangiqoma
Nempilo yakho
Ngizoyiguqula
Yebo, ngizoyiguqula
Uzowubon'umehluko
Nawe ngokwakh'uzozithanda
Ngempela ngiyakutshela
Angek'uzisole
Yebo, angek'uzisole
Angeke ngikuthengele itherelina mina
Ngoba ngiyazi ukuthi iphumile kufesheni
Angeke ngikuthengele itherelina mina
Ngoba ngiyazi ukuthi iphumile kufesheni
Ngifun'ukuth'uma ngihamba nawe mina
Ucwebezel'ukuthi wonk'umuntu akubabaze
Ngizokuthengel'ibhotsotso
Uma nje uke wangiqoma
Nempilo yakho
Ngizoyiguqula
Yebo, ngizoyiguqula
Ngith'uzowubon'umehluko
Nawe ngokwakh'uzozithanda
Ngempela ngiyakutshela
Angek'uzisole
Yebo, angek'uzisole
Angeke ngikuthengele itherelina mina
Ngoba ngiyazi ukuthi iphumile kufesheni
Angeke ngikuthengele itherelina mina
Ngoba ngiyazi ukuthi iphumile kufesheni
Ngifun'ukuth'uma ngihamba nawe mina
Ucwebezel'ukuthi wonk'umuntu akubabaze