Mama Wami

Mama wami inhliziyo yami
Ibuhlungu ngalokho okwenzayo
Mama wami inhliziyo yami
Ibuhlungu ngalokho okwenzayo

Selok'ubaba wasishiya
Wena wazinikela otshwaleni
Mama wazinikela ekuphuzeni

Selok'ubaba wasishiya
Wena wazinikela otshwaleni
Mama wazinikela ekuphuzeni

Angeke uze uziqede izinsizi ngotshwala
Utshwal'abulungisi ndawo kodwa buyona
Angeke uze uziqede izinsizi ngotshwala
Utshwal'abulungisi ndawo kodwa buyona
Angeke uze uziqede izinsizi ngotshwala
Utshwal'abulungisi ndawo kodwa buyona

Mama wami inhliziyo yami
Ibuhlungu ngalokh'okwenzayo
Mama wami inhliziyo yami
Ibuhlungu ngalokh'okwenzayo

Selok'ubaba wasishiya
Wena wazinikela otshwaleni
Mama wazinikela ekuphuzeni

Selok'ubaba wasishiya
Wena wazinikela otshwaleni

Curiosidades sobre a música Mama Wami de Steve Kekana

Quando a música “Mama Wami” foi lançada por Steve Kekana?
A música Mama Wami foi lançada em 1980, no álbum “Umenziwa Akakhohlwa”.

Músicas mais populares de Steve Kekana

Outros artistas de Soft rock