Izimpimpi
Babengekho bonke labobantu
Uma mina nawe sivumelana ngezothando
Zazingekho zonke lezo'mpimpi
Uma mina nawe sivumelana ngezothando
Okung'xakayo ukuthi nawe
Ujike ukholwe yikho konke abak'tshela khona
Okung'xakayo ukuthi nawe
Ujike ukholwe yikho konke abak'tshela khona ngami
Mina nabo ngitshel'uthemba bani
Mina nabo kith'uthanda bani
Mina nabo ngitshele'uthemba bani
Lezo'mpimpi zakho noma mina
Mina nabo ngitshel'uthemba bani
Mina nabo kithi uthanda bani
Mina nabo ngitshel'uthemba bani
Lezo'mpimpi zakho noma mina
Babengekho bonke labobantu
Uma mina nawe sivumelana ngezothando
Zazingekho zonke lezo'mpimpi
Uma mina nawe sivumelana ngezothando
Okung'xakayo ukuthi nawe
Ujike ukholwe yikho konke abak'tshela khona ngami
Mina nabo ngitshel'uthemba bani
Mina nabo ngith'uthanda bani
Mina nabo ngitshel'uthemba bani
Lezo'mpimpi zakho noma mina
Mina nabo ngitshel'uthemba bani
Mina nabo ngith'uthanda bani
Mina nabo ngitshel'uthemba bani
Lezo'mpimpi zakho noma mina