Inkosi Yamabandla

INkosi yamabandla yakunik'indoda
Indoda yoqobo ukuthi ikuthande ikusebenzele
Igcine ngokukodla kanye nezingane zenu

Kodwa isimanga wabanengqondo
Ingqondo emfushani
Wayihambela ezinyangeni zakho
Wagcina ngokuyifaka umanda ngaphakathi

Awubheke ke manje ayisasebenzi
Ihlala naw'ekhaya usuku lonke
Naw'usuqalile ukuyidinekela

Awubheke ke manje ayisasebenzi
Ihlala naw'ekhaya usuku lonke
Naw'usuqalile ukuyidinekela

INkosi yamabandla yakunik'indoda
Indoda yoqobo ukuthi ikuthande ikusebenzele
Igcine ngokukodla kanye nezingane zenu

Kodwa isimanga wabanengqondo
Ingqondo emfushani
Wayihambela ezinyangeni zakho
Wagcina ngokuy'faka umanda ngaphakathi

Awubheke ke manje ayisasebenzi
Ihlala naw'ekhaya usuku lonke
Naw'usuqalile ukuyidinekela

Awubheke ke manje ayisasebenzi
Ihlala naw'ekhaya usuku lonke
Naw'usuqalile ukuyidinekela

Curiosidades sobre a música Inkosi Yamabandla de Steve Kekana

Quando a música “Inkosi Yamabandla” foi lançada por Steve Kekana?
A música Inkosi Yamabandla foi lançada em 1982, no álbum “Amandla Amasha”.

Músicas mais populares de Steve Kekana

Outros artistas de Soft rock