Awuthulingani

Umuswele ongakuxoxa awuthuli ngani
Kunokuthi uhambe ukhulum'izindaba iyeh iyeh
Ezingelona neze iqiniso

Okubuhlung'ukuthi nomama wakho
Akakukhuzi nakancane iyeh iyeh
Naye ukhuluma njengawe

Nihamba nitshela abantu ukuthi mina ngilobola
Isalukazi esinengane eseyashada

Intanga kamama

Curiosidades sobre a música Awuthulingani de Steve Kekana

Quando a música “Awuthulingani” foi lançada por Steve Kekana?
A música Awuthulingani foi lançada em 1982, no álbum “Ifuque Mntanami”.

Músicas mais populares de Steve Kekana

Outros artistas de Soft rock