Awuphenduli Ngani

Kudala ngakugcina sithandwa sami yo
Angazi nokuthi incwadi yesingakhi len'engikubhalela yona
Kodwa lovey yo
Awuphenduli ngani

Kudala ngakugcina swidi lami lomkhuhlane
Angazi nokuthi incwadi yesingakhi len'engikubhalela yona
Kodwa dali yo
Awuphenduli ngani

Kodwa wephulelan'umoya wami kanjena
Ungenzelan'int'ebuhlungu kanjena
Bhala nom'ungasangithandi mina
Ngiyobon'impilo

Kodwa wephulelan'umoya wami kanjena
Ungenzelan'int'ebuhlungu kanjena
Bhala nom'ungasangithandi mina
Ngiyobon'impilo

Mus'ukungishaya ngeshisho sesilungu
Esikhuluma yintsha yanamuhla
Esithi "Out of sight"
"Out of mind"

Mus'ukungishaya ngeshisho sesilungu
Esikhuluma yintsha yanamuhla
Esithi "Out of sight"
"Out of mind"

Mus'ukungishaya ngeshisho sesilungu
Esikhuluma yintsha yanamuhla
Esithi "Out of sight"
"Out of mind"

Kudala ngakugcina sithandwa sami yo
Angazi nokuthi incwadi yesingakhi len'engikubhalela yona
Kodwa lovey yo
Awuphenduli ngani

Kudala ngakugcina swidi lami lomkhuhlane
Angazi nokuthi incwadi yesingakhi len'engikubhalela yona
Kodwa dali yo
Awuphenduli ngani

Kodwa wephulelan'umoya wami kanjena
Ungenzelan'int'ebuhlungu kanjena
Bhala nom'ungasangithandi mina
Ngiyobon'impilo

Mus'ukungishaya ngeshisho sesilungu
Esikhuluma yintsha yanamuhla
Esithi "Out of sight"
"Out of mind"

Mus'ukungishaya ngeshisho sesilungu
Esikhuluma yintsha yanamuhla
Esithi "Out of sight"
"Out of mind"

Curiosidades sobre a música Awuphenduli Ngani de Steve Kekana

Quando a música “Awuphenduli Ngani” foi lançada por Steve Kekana?
A música Awuphenduli Ngani foi lançada em 2009, no álbum “Isithombe Sami”.

Músicas mais populares de Steve Kekana

Outros artistas de Soft rock