Amehlo Abantu
Uqed'ukucel'uxolo kimi Thuli
Nebala ngakuxolela
Manje yini ntombazana
Osozama ukukwenza
Uqed'ukucel'uxolo kimi Thuli
Nebala ngakuxolela
Manje yini ntombazana
Osozama ukukwenza
Uhamb'uboleka imali ngegama lami
Ngibe ngingazi lutho
Mani ng'bone ngamacala
Esengena laph'ekhaya
Ngizothi masengik'shaya uthi ngikufakel'amehl'abantu
Ngizothi masengikubhaxabula uthi ngidlala ngawe

Uqed'ukucela uxolo kimi Thuli