Uthando

JABULANI SIHLE MAKHUBO, NKOSI MFANAFUTHI

Ngihambe kwaze kwashon' ilanga mama
Ngifunana nothando lwangempela
Engibatholayo badlala ngami badlala ngothando lwami
Ngisize ngisize kube mpendulo yami
Ngoba uthando lungehlule
Mhh uthando lungehlule mama yhehe

Ehe thando ngiyakubonga ngigez' izandla
Nhliziyo yam suyiphendule into yokudlala
Kanti thando yini lena oyifuna kimi
Kanti thando yini ngempela le oyifuna kimi

Ngoba angihlangane nabo bonke mina ngibathandile
Awuboph' ubuhlungu nengibathembile bangiphoxile
Uyazi kubuhlungu ukuthanda umuntu
Uthi umnika uthando lwakho yena don't apritiate it
Mhh they just don't apritiate it

Uthando aluboni (Boni)
Abadlale ngothando lwami hayi angibasoli
Vele kunjalo ukungazi kufana nokungabongi

Ngihambe kwaze kwashon' ilanga mama
Ngifunana nothando lwangempela
Engibatholayo badlala ngami badlala ngothando lwami
Ngisize ngisize kube mpendulo yami
Ngoba uthando lungehlule
Mhh uthando lungehlule mama

Phinde ungibone ngithemba umuntu
Phinde ungibone ngithanda umuntu he
Ngithi uphinde ungibone ngithanda umuntu
Phinde ungibone ngithemba umuntu
Phinde ungibone ngithatha ithemba lami ngilibeka kumuntu wasemhlabeni

Ungabathanda bonke kodwa ungathembi noyedwa
Noma umthanda umuntu uthande ubuyele nganene
Hey ngoba umuntu akuyena owakini
Hey umuntu uyokujikela emhini
Thatha kimi mina lendlela ngiyayazi mina ngiyihambile
Usethandweni launendaba ugcina elimele
Vula amehlo uval' inhliziyo
Kusemhlabeni lana kugcwele iyilingo

Ngihambe kwaze kwashon' ilanga mama
Ngifunana nothando lwangempela
Engibatholayo badlala ngami badlala ngothando lwami
Ngisize ngisize kube mpendulo yami
Ngoba uthando lungehlule
Mhh uthando lungehlule mama yeye he

Curiosidades sobre a música Uthando de Sjava

De quem é a composição da música “Uthando” de Sjava?
A música “Uthando” de Sjava foi composta por JABULANI SIHLE MAKHUBO, NKOSI MFANAFUTHI.

Músicas mais populares de Sjava

Outros artistas de African hip hop