Wayobayoba
Niyawabona lamatshitshi
Weh bahl'osobancane
Ngizwa ngishaywa luvalo
Niyawabona lamatshitshi
Weh bahl'osobancane
Nakhu ngithol'uthando
Weh bahl'osobancane
Ziyangixak'into zabantu
Ngizwa ngishaywa luvalo
Hey nhliziyo yami
Zikhethele abemunye khulum'iqiniso
Njalo ungihlupha lapha
Walokh'uyobayoba
Walokh'ugxumagxuma
Awukheth'owakho
Ingani bahle bagezile
Walokh'uyobayoba
Walokh'ugxumagxuma
Awukheth'owakho
Ingani bahle bagezile
Walokh'uyobayoba
Walokh'ugxumagxuma
Awukheth'owakho
Ingani bahle bagezile
Niyawabona lamatshitshi
Weh bahl'osobancane
Ngizwa ngishaywa luvalo
Weh bahl'osobancane
Ziyangixak'into zabantu
Nakhu ngithol'uthando
Hey nhliziyo yami zikhethele abemunye
Khulum'iqiniso
Kudal'ungihlupha lapha
Hey nhliziyo yami zikhethele abemunye
Khulum'iqiniso
Usulokh'ungihlupha lapha
Walokh'uyobayoba (Wayobayoba)
Walokh'ugxumagxuma (Wayobayoba)
Awukheth'owakho
Ingani bahle bagezile (Wayobayoba)
Walokh'uyobayoba (Wayobayoba)
Walokh'ugxumagxuma (Wayobayoba)
Awukheth'owakho
Ingani bahle bagezile (Wayobayoba)
Walokh'uyobayoba (Wayobayoba)
Walokh'ugxumagxuma (Wayobayoba)
Awukheth'owakho
Ingani bahle bagezile (Ziyangixak'into zabantu)
Walokh'uyobayoba (Wayobayoba)
Walokh'ugxumagxuma (Ngizwa ngishaywa luvalo)
Awukheth'owakho
Ingani bahle bagezile (Ziyangixak'into zabantu)
Walokh'uyobayoba
Walokh'ugxumagxuma (Ngizwa ngishaywa luvalo)
Awukheth'owakho
Ingani bahle bagezile (Ziyangixak'into zabantu)
Walokh'uyobayoba
Walokh'ugxumagxuma (Ziyangixak'into zabantu)
Awukheth'owakho
Ingani bahle bagezile Ngizwa ngishaywa luvalo)