Sonile
Mhlawumbi uNkulunkulu usewufulathele lomhlaba
Ngenxa yezint'ezimbi ezenzeka kuwo

Abantu bathand'imali ukwendlul'uNkulunkulu
Isiphambano ngathi yimali eyakh'izulu nomhlaba

Imali iyosala la emhlabeni kanye namathemba akho
Lungisel'umphefumlo wakho eZulwini

Kholisel'umphefumlo wakho eZulwini
Ngiyasol'ukuthi (Sonile, sonile)
Ngiyasol'ukuthi (Ngokuthand'imali ukwendlul'uNkulunkulu)

Lomhlab'unamagumbi amane (Unamagumb'amane kuphela lomhlaba)
Kodw'imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane)

Hey imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane)