Ungenzani

BHEKUMUZI AGRIPPA LUTHULI

Weh Nomagugu weh mntanomuntu ungenzani
Weh Nomagugu weh mntanomuntu ungenzani
Weh Nomagugu weh mntanomuntu ungenzani

Weh Nomagugu weh mntanomuntu ungenzani
Weh Nomagugu weh mntanomuntu ungenzani
Weh Nomagugu weh mntanomuntu ungenzani

Hawu dali ungaz'ungalel'umbhedo ofana nalona
Ngicel'ubuyele endlini
Hawu dali ungaz'ungalel'umbhedo ofana nalona
Ngicel'ubuyele ekhaya

Lomunt'ongalele yini uyabheda
Lomunt'ongalele yini uthand'abafana
Ngicel'ubuyele endlini

Amaphuth'endoda weh mkami wothula ngath'awuboni
Amaphuth'endoda weh mkami wobekezela

Abangakubo la ezalwa khona
Bambiz'intombi yebandla
Into yegame

Abangakubo wakhula nabo (Nami ngidumeleni)
Bambiz'intombi yebandla (Nami ngidumele)
Into yegame

Hamba sigilamkhuba
Weh ntomb'unamanyala
Isigila mkhuba lesi

Weh Nomagugu weh mntanomuntu ungenzani
Weh Nomagugu weh mntanomuntu ungenzani
Weh Nomagugu weh mntanomuntu ungenzani

Hawu dali ungaz'ungalel'umbhedo ofana nalona
Ngicel'ubuyele endlini

Amaphuth'endoda weh mkami woshaya ngath'awuboni
Amaphuth'endoda weh mkami wobekezela

Hawu dali ungaz'ungalel'umbhedo ofana nalona
Ngicel'ubuyele endlini

UMbali uyajol'emateksini aseNkandla
Aphind'ayojol'emateksini aseNquthu
Uthe ngiyethuka uma ngimbona

Nabangakubo wakhula nabo
Bambiz'intombi yebandla
Into yegame

Nabangakubo wakhula nabo
Bambiz'intombi yebandla (Nami ngidumele)
Into yegam

Curiosidades sobre a música Ungenzani de Bhekumuzi Luthuli

De quem é a composição da música “Ungenzani” de Bhekumuzi Luthuli?
A música “Ungenzani” de Bhekumuzi Luthuli foi composta por BHEKUMUZI AGRIPPA LUTHULI.

Músicas mais populares de Bhekumuzi Luthuli

Outros artistas de African music