Sokukhumbula

BHEKUMUZI AGRIPPA LUTHULI

Bekufanel'ukuba samukel'ukuthi mfowethu
Akufanga wena kuf'inyama
Bekufanel'ukuba samukel'ukuthi mfowethu
Akufanga wena kuf'inyama
Bekufanel'ukuba samukel'ukuthi mfowethu
Akufanga wena kuf'inyama

Ezulwini sobonana futhi
Ezulwini sobonana futhi

Ngakhala, ngakhala, ngakhala, ngakhumbul'ukuthi hawu
Uyekhay'ezulwini
Phambi kwesihlalo sobukhosi

Ngakhala, ngakhala, ngakhala, ngakhumbul'ukuthi hawu
Uyekhay'ezulwini
Phambi kwesihlalo sobukhosi

Ngakhala, ngakhala, ngakhala, ngakhumbul'ukuthi hawu
Uyekhay'ezulwini
Phambi kwesihlalo sobukhosi
Uyekhay'ezulwini

Lal'uphumule Mtima
Lal'uphumule Dube lomthende
Ezulwini sobonana futhi

Lal'uphumule Mtima
Lal'uphumule Dube lomthende
Ezulwini sobonana futhi

Akekh'obenganqaba nawe ma usubizw'ekhaye eZulwini
Sekuthiw'iphelil'imihla yakh'emhlabeni
Uban'obenganqaba nawe ma usubizw'ekhaye eZulwini
Sekuthiw'iphelil'imihla yakh'emhlabeni

UNkulunkul'uphile, uNkulunkul'uthathile (Sekuthiw'iphelil'imihla yakh'emhlabeni)
UNkulunkul'uphile, uNkulunkul'uthathile (Ezulwini sobonana futhi)

Siyakukhumbula
Ngokuthula
Kwakumnandi
Siphila sonk'emhlabeni

Ukufa akunamahloni (Siyakukhumbula)
Ukufa akunal'ihlazo (Ngokuthula)
Ukufa akunamahloni (Kwakumnandi)
Ukufa akunal'ihlazo (Siphila sonk'emhlabeni)

Ukufa akunamahloni (Siyakukhumbula, ngokuthula)
Ukufa akunal'ihlazo (Kwakumnandi siphila sonke)
Ukufa akunamahloni (Emhlabeni)
Ukufa akunal'ihlazo

Curiosidades sobre a música Sokukhumbula de Bhekumuzi Luthuli

Quando a música “Sokukhumbula” foi lançada por Bhekumuzi Luthuli?
A música Sokukhumbula foi lançada em 2009, no álbum “1818”.
De quem é a composição da música “Sokukhumbula” de Bhekumuzi Luthuli?
A música “Sokukhumbula” de Bhekumuzi Luthuli foi composta por BHEKUMUZI AGRIPPA LUTHULI.

Músicas mais populares de Bhekumuzi Luthuli

Outros artistas de African music