Kwa-Kungeyami

Yeheni kwakungeyami
Kwakungeyami lentombi ungayiboni ngob'isinjena
Yeyi kwakungeyami lentombi
Ungayiboni ngob'isinjena wena
Ngikutshela ngithi kwakungeyami lentombi
Manje isimadlakadlaka

Manj'isiyadlal'abafana
Yadlal'uMqombothi
Yaphuza, yabhema, yadakwa

Manj'isiyadlal'abafana
Yadlal'uMqombothi
Yaphuza, yabhema, yadakwa

Heh kwakungeyami, kwakungeyami
Kwakungeyami lentombi
Ungayiboni ngob'isinjena

Yekel'ukulahl'umlenze
Awubheke manje
Unjani uma usunjena

Yekel'ukulahl'umlenze
Awubheke manje
Unjani uma usunjena

Udlala koThemba
Udlal'isiqatha
Awubheke manje
Uwe lona usunje (Usumadlakadlaka)

Udlala koThemba
Udlal'usiqatha
Awubheke manje
Uwe lona usunje (Usumadlakadlaka)

Intombi yami le isinje
Ibang'usizi imadlakadlaka
Intombi yami le isinje
Ibang'usizi imadlakadlaka

Awu seyadlal'abafana
Yadlal'uMqombothi
Yaphuza, yabhema, yadakwa

Awu seyadlal'abafana
Yadlal'uMqombothi
Yaphuza, yabhema, yadakwa

Heh kwakungeyami, kwakungeyami
Kwakungeyami lentombi
Usizi uma isinjena

Yekel'ukulahl'umlenze
Awubheke manje
Unjani uma usunjena

Yekel'ukulahl'umlenze
Awubheke manje
Unjani uma usunjena (Ibang'usiki)

Yekel'ukulahl'umlenze (Imadlakadlaka)
Awubheke manje
Unjani uma usunjena (Mina ngizokwenzani)

Udlala koThemba
Udlal'usiqatha
Awubheke manje
Uwe lona usunje (Usumadlakadlaka)

Udlala koThemba
Udlal'usiqatha (Mina ngizokwenzani)
Awubheke manje
Uwe lo usunje (Usumadlakadlaka)

Udlala koThemba
Udlal'usiqatha (Mina ngizokwenzani)
Awubheke manje
Uwe lo usunje

Yekel'ukulahl'umlenze
Awubheke manje
Unjani uma usunjena

Yekel'ukulahl'umlenze
Awubheke manje

Músicas mais populares de Bhekumuzi Luthuli

Outros artistas de African music