Mawahlangane [Zoo Loo Tribute to Deborah - Best of, Vol 1]

(Mawahlangane abeyimbumba)
(Ayohlasela isigodlo sikasathane)
(Mawahlangane abeyimbumba)
(Ayohlasela isigodlo sikasathane)

(Ayophumelela uma eyimbumba)
(Eyohlasela isigodlo sikasathane)
(Ayophumelela uma eyimbumba)
(Eyohlasela isigodlo sikasathane)

Asisukumeni wemakholwa
Siphakamise igama lamakholwa
Sisuse bonke abanamandla
Simdimise ngeqiniso

Asimbeni sibonelo
Abangamazi sibafundise
Ngoba yena ungumthombo
Wokuphila naphakade

Awahlangane (Mawahlangane)
Ahlangane (Abeyimbumba)
Abeyimbumba (Ayohlasela)
(Isigodlo sikasathane)

Awahlangane (Mawahlangane)
Ahlangane (Abeyimbumba)
Abeyimbumba (Ayohlasela)
(Isigodlo sikasathane)

Ayophumelela bo (Ayophumelela)
Ayophumelela (Uma eyimbumba)
Ayobayimbumba (Eyohlasela
(Isigodlo sikasathane)

Ayophumelela (Ayophumelela)
Ayophumelela (Uma eyimbumba)
Ayobayimbumba (Eyohlasela
(Isigodlo sikasathane)

Asisukumeni wemakholwa
Siphakamise igama lamakholwa
Sibonise laba abanamandla
Simdimise ngeqiniso

(Mawahlangane)
(Abeyimbumba)
Abeyimbumba (Ayohlasela)
(Isigodlo sikasathane)

Awahlanganeni (Mawahlangane)
Ahlanganeni (Abeyimbumba)
Abeyimbumba (Ayohlasela)
(Isigodlo sikasathane)

(Ayophumelela)
(Uma eyimbumba)
(Eyohlasela
(Isigodlo sikasathane)

(Ayophumelela)
(Uma eyimbumba)
(Eyohlasela
(Isigodlo sikasathane)

(Mawahlangane)
Ahlanganeni (Abeyimbumba)
Abeyimbumba (Ayohlasela)
(Isigodlo sikasathane)

Awahlanganeni (Mawahlangane)
Ahlanganeni (Abeyimbumba)
Abeyimbumba (Ayohlasela)
(Isigodlo sikasathane)

(Ayophumelela)
(Uma eyimbumba)
(Eyohlasela)
(Isigodlo sikasathane)

(Ayophumelela)
(Uma eyimbumba)
(Eyohlasela
(Isigodlo sikasathane)

Masihlanganeni (Mawahlangane)
Ayiwe makholwa (Abeyimbumba)
Sibeyimbumba (Ayohlasela)
(Isigodlo sikasathane)

Awahlangane (Mawahlangane)
Sibeyimbumba (Abeyimbumba)
(Ayohlasela)
(Isigodlo sikasathane)

(Ayophumelela)
(Uma eyimbumba)
(Eyohlasela
(Isigodlo sikasathane)

(Ayophumelela)
(Uma eyimbumba)
(Eyohlasela)
(Isigodlo sikasathane)

Músicas mais populares de Zoo Loo

Outros artistas de