Namhla Nkosi [Live]
Namhla Nkosi
Namhla Nkosi mina ngiyamangala
Uma ngibheka emuva
Kube wena wawungenami
Ngabe ngafel'endle - endleleni
Namhla Nkosi mina ngiyamangala
Umangibheka emuva
Kube wena wawungenami
Ngabe ngafel'endleleni
Ngangena lapho
Lapho kuthiwa
Ongene khon'akaphumi
Ngaphuma laph'okuthiwa
Akuphunywa aku - akuphunywa
Sengibonga won'umusa wakho
Ukungigcin'othandweni
Kube wena wawungenami
Ngabe ngafel'endle - endleleni