Wazula Zula

Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
Kant'uyolalaphi na?
Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
Kant'uyolalaphi na?

Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
Kant'uyolalaphi na?
Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
Kant'uyolalaphi na?

Wawuy'indoda emadodeni
Sikhuthanda sonke
Njengenkanyezi ebusuku
Ucwebezela nsizwa

Wadatshukelwa yini na?
Njengentandan'eGoli
Udliwa yini bhuti
Waphela kangaka

Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
Kant'uyolalaphi na? (Wewe wawo)
Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
Kant'uyolalaphi na? (Wewe wawo)

Uyiqedil'imizi yabafazi beziphandela
Uyiqedil'imizi yonk'imizi yabafelokazi
Awushiyanga lutho

Ngob'awufuni ukusebenza (Ahhh)
Uthand'izinto ezilula
Ngob'awufuni ukusebenza (Ahhh)
Uthand'izinto zabantu
Yini (Hmmm), yini
Yini

Yeah
Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
Kant'uyolalaphi na?
Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
Kant'uyolalaphi na?

Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
Kant'uyolalaphi na? (Wewe wawo)
Uyolalaphi na? (Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?)
Kant'uyolalaphi na? (Wewe wawo)

Wawuy'indoda emadodeni
Njengenkanyezi ebusuku
Ucwebezela nsizwa
Waphela kangaka

Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
Kant'uyolalaphi na?
Uyolalaphi na?
Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
(Kant'uyolalaphi na?) Uhlalaphi na?
Ulalaphi na, ulalaphi na?

Ulalaphi na? (Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?)
Kant'uyolalaphi na?
Hee uyolalaphi na (Wewe wawo)
Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
Heee, Mmmm (Kant'uyolalaphi na?)
Oh sikubhekile (Wewe wawo)

Usazoyiqeda lepeace
Um'ungena left, right and center
Bakhathele nguwe (Ucwebezela nsizwa)

Nguwe
Nguwe nemitheth'elishumi
Nguwe nemitheth'elishumi
Awazi nokuthi
Ukudla kuthengwa kanjani (Waphela kangaka)
Yeah

Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
Kant'uyolalaphi na?
(Wewe wawo) Uyolalaphi kuphi?
Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi na?
(Kant'uyolalaphi na?) Ulalaphi na?
Ulalaphi na, ulalaphi na? (Wewe wawo)

Ulalaphi na?
Nemigwaqo
Heee uyolalaphi na?
Wazulazula nemigwaqo kant'uyaphi...
Heee, mmmm
Oh sikubhekile

Músicas mais populares de Winnie Khumalo

Outros artistas de African music