Jabulile

Jabulile ngizizwil'indaba zakho
Ukuthi wen'ugibela mahal'emataxini
Jabulile ngizizwil'indaba zakho
Ukuthi wen'ugibela mahal'emataxini

Bonk'abantu bakhuluma ngawe
Bathi uhamba mahala ngamabhasi
Bonk'abantu bakhuluma ngawe
Bathi uhamba mahala ngamabhasi
Bonk'abantu bakhuluma ngawe
Bathi uhamba mahala ngamabhasi

Uyithola kuphi na intlantl'enje ngalena?
Ngitshele nami, ngoba ngifun'ukufana nawe
Nginikise laph'ogeze khona
Ngitshele nami ngoba ngifun'ukufana nawe
Ngiboleke lelobhande lakho
Ngoba nami ngifun'ukufana nawe

Jabulile ngizizwil'indaba zakho
Ukuthi wen'ugibela mahal'emataxini
Jabulile ngizizwil'indaba zakho
Ukuthi wen'ugibela mahal'emataxini

Bonk'abantu bakhuluma ngawe
Bathi uhamba mahala ngamabhasi
Bonk'abantu bakhuluma ngawe
Bathi uhamba mahala ngamabhasi
Bonk'abantu bakhuluma ngawe
Bathi uhamba mahala ngamabhasi
Bonk'abantu bakhuluma ngawe
Bathi uhamba mahala ngamabhasi

Uyithola kuphi na intlantl'enje ngalena?
Ngitshele nami, ngoba ngifun'ukufana nawe
Nginikise laph'ogeze khona
Ngoba nami ngifun'ukufana nawe
Ngiboleke lelobhande lakho
Ngoba nami

Músicas mais populares de Stimela

Outros artistas de African music