Uyo Hlalu Ngowami

Isfiso sami baby ukuthi uhlal' ungowami (ungowame)
Isfiso sami baby ukuthi uhlal' ungowami (yhe yhe yhe ye)

Noma bengathini ngawe (noma bengathini ngawe)
Uyohlal' ungawami (ungowami)

Noma bekuya ngam
Bengakthengel' ibhaloyi nestimela ikhushukhushu
Ikhushukhushu ikhushukhushu
Uhamb' emafini
Utshele wonke umuntu ngothando lwam nawe

Isfiso sami baby ukuthi uhlal' ungowami (ukuthi uhlal' ungowami)
Isfiso sami baby ukuthi uhlal' ungowami(angsoze ngakshiya)

Noma bengathini ngawe (noma bengathini ngawe)
Uyohlal' ungawami (ungowami)
Noma bengathini ngawe (noma bengathini ngawe)
Uyohlal' ungawami (ungowami)

Noma bekuya ngam
Bengakthengel' ibhaloyi nestimela ikhushukhushu
Ikhushukhushu ikhushukhushu
Uhamb' emafini
Utshele wonke umuntu ngothando lwam nawe

Nguwe into yam
Ndik'thanda noma kanjani
Hayi akekho omunye
Amgifuni ukuzwa lutho
Ngithanda wena wedwa
Ngiyohlala ngikuthanda njalo

Isfiso sami baby ukuthi uhlal' ungowami
Isfiso sami baby ukuthi uhlal' ungowami

Noma bengathini ngawe (noma bengathini ngawe)
Uyohlal' ungawami (ungowami)
Noma bengathini ngawe (noma bengathini ngawe)
Uyohlal' ungawami (ungowami)

Isfiso sami baby ukuthi uhlal' ungowami
Isfiso sami baby ukuthi uhlal' ungowami (uhlal' ungowami baby)

Noma bengathini ngawe (noma bengathini ngawe)
Uyohlal' ungawami (ungowami)
Noma bengathini ngawe (noma bengathini ngawe)
Uyohlal' ungawami (ungowami)

Isfiso sami baby ukuthi uhlal' ungowami
Isfiso sami baby ukuthi uhlal' ungowami

Noma bengathini ngawe (noma bengathini ngawe)
Uyohlal' ungawami (ungowami)
Noma bengathini ngawe (noma bengathini ngawe)
Uyohlal' ungawami (ungowami)

Músicas mais populares de Robbie Malinga

Outros artistas de Afrobeats