Soka Lami

Soka lami usazobuya na
Dala ngik'khumbula
Soka lami sazobuya na
Dala ngik'khumbula khumbula

Dala ngibalisa ngibatshela ukuthi
Wena uyabuya
Oh ndaba zabantu
Sengiyinhlekisa
Sekudala kudala ngilinde wena
Nabantwana bethu bayakhala
Bathi ubuya nini
Wena uthembisile wathi uzobuya
Buya baby

Soka lami usazobuya na
Dala ngik'khumbula (Buya buya sthandwa sami)
Soka lami sazobuya na
Dala ngik'khumbula khumbula

Zondicela nokubalisa
Ngoba ugcina suyisigqila samanye amadoda (Samanye amadoda)
Zingane ziswele
Ikati lilele eziko
Themba awubulali
Ngizokulinda ngoba ngiyazi uzobuya

Soka lami usazobuya na
Dala ngik'khumbula (Buya oh buya)
Soka lami sazobuya na
Dala ngik'khumbula khumbula
(Buya sthandwa sami)

Sengibathe ngibathe ngibheka la
Haybo angimfuni ngifuna wena
Sengibathe ngibathe ngibheka la
Haybo angimfuni ngifuna wena
Sengibathe ngibathe ngibheka la
Haybo angimfuni ngifuna wena

Soka lami sazobuya na
Dala ngikukhumbula

Músicas mais populares de Q Twins

Outros artistas de Afrobeats