Khumbul'ekhaya

Ikhon'lingihlule ikhon'elingiphul'umoya
Ikhon'elingihlukumezile
Ngizoyaphi nah
Ngikhalel'ubani

Akekh'ozosabela
Samemeza kwanele
Akekh'ozosabela
Samemeza kwanele
Kuncono ngibuyel'ekhaya,ncono ngibuyel'emuva

Akungenwa emal' ngena
Akungenwa emal' ekhaya
Akungenwa emal' ngena
Akungenwa emal' ekhaya
Ekhaya

Mama theng'ibhokwe mama theng'ibhokwe sengyabuya
Mama theng'ibhokwe mama theng'ibhokwe sengyabuya

Kuncono ngibuyel'ekhaya,ncono ngibuyel'emuva
Noma ngenamali nginelutho
Lingehlul'iGoli, lingshayile
Mina ngbuyel'ekhaya
Akungenwa ngamali akungenwa ngemali
Akungenwa ngamali akungenwa ngemali

Akungenwa emal' ngena
Akungenwa emal' ekhaya
Akungenwa emal' ngena
Akungenwa emal' ekhaya

Mama theng'ibhokwe mama theng'ibhokwe sengyabuya
Mama theng'ibhokwe mama theng'ibhokwe sengyabuya

Músicas mais populares de Mthandazo Gatya

Outros artistas de