As'gide S'bhekane

As'gide s'bhekane s'thobel'abaphansi
As'gide s'bhekane s'jabulis'abaphansi
As'gide s'bhekane s'thobel'abaphansi
As'gide s'bhekane s'jabulis'abaphansi

As'gide s'bhekane s'thobel'abaphansi (Aw wema)
As'gide s'bhekane s'jabulis'abaphansi (Aw we aw wema)
Aw thin'abantu aw mases'lahl'ogogo (Aw we aw wema)
Aw thin'abantu aw mases'lahl'omkhulu (Aw we aw wema)

Aw kwenzenjani aw kwenzenjani (Aw kwenzenjani aw kwenzenjani)
Aw kwenzenjani aw kwenzenjani (Aw kwenzenjani aw kwenzenjani)
Aw kwenzenjani aw kwenzenjani (Aw weh aw kwenzenjani)
Aw kwenzenjani aw kwenzenjani (Aw weh aw kwenzenjani) chesa hey

Umuntu umuntu umuntu ngabantu (Umuntu ngabantu)
Umuntu umuntu umuntu ngamadloz'akhe (Heyi ngamadloz'akhe)

Ha yang'thola
Hhe makhe aw'zosul'umlomo kancane (Zosul'umlomo ha)
Hhe makhe namhlanje s'bhekel'abaphansi (S'bhekel'abaphansi yebo)
Hhe makhe aw'zosul'umlomo kancane (Aw'zosul'umlomo sisi ha)
Hhe makhe namhlanje s'jongel'abaphansi (Aw s'jongel'abaphansi ha ha)

Mas'ngaba munye aw yonk'int'ihlangene
Mas'ngaba munye aw yonk'int'izolunga if uyang'thola
Mas'ngaba munye aw yonk'int'ihlangene
Mas'ngaba munye aw yonk'int'izolunga if uyang'thola

(Thobel'abaphansi he) Aw uyang'thola
(Hlabel'abaphansi kuzolunga uyang'thola) Hhe mzala uyang'thola
(Hlabel'abaphansi uyang'thola) He uyang'thola
(Thobel'abaphansi hhe mzala uyang'thola) Hhe mzala uyang'thola

Mas'ngaba munye aw yonk'int'ihlangene
Mas'ngaba munye aw yonk'int'izolunga uyang'thola
(Mas'ngaba munye 'int'ihlangene)
(Mas'ngaba munye yonk'int'izolunga) yonk'int'izolunga uyang'thola

As'gide s' bhekane uyang'thola (As'gide s' bhekane s'jabulis'amadlozi)
As'gide s' bhekane (As'gide s' bhekane s'jabulis'abaphansi)
As'gide s' bhekane uyang'thola (As'gide s' bhekane s'jabulis'amadlozi)
As'gide s' bhekane (As'gide s' bhekane s'jabulis'abaphansi)

Aw thin'abantu aw ngathi ses'lahl'iy'khathi
Aw thin'abantu aw ngathi ses'lahl'ubuntu uyang'thola
Aw thin'abantu aw ngathi ses'lahl'ogogo
Aw thin'abantu aw ngathi ses'lahl'omkhulu

Aw kwenzenjani
Aw kwenzenjani
Aw kwenzenjani
Aw kwenzenjani

Aw kwenzenjani (Aw weh)
Aw kwenzenjani (Aw kwenzenjani)
Aw kwenzenjani (Aw weh)
Aw kwenzenjani (Aw kwenzenjani)

As'gide s'bhekane s'jabulis'amadlozi uyang'thola
As'gide s'bhekane s'jabulis'abaphansi kancane
As'gide s'bhekane s'jabulis'amadlozi uyang'thola
As'gide s'bhekane s'jabulis'abaphansi kancane

Mas'ngaba munye aw yonk'int'ihlangene
Mas'ngaba munye aw yonk'int'izolunga uyang'thola
Mas'ngaba munye aw yonk'int'ihlangene
Mas'ngaba munye aw yonk'int'izolunga uyang'thola

As'gide s'bhekane s'jabulis'amadlozi uyang'thola
As'gide s'bhekane s'jabulis'abaphansi kancane
As'gide s'bhekane s'jabulis'amadlozi uyang'thola
As'gide s'bhekane s'jabulis'abaphansi kancane

Mas'ngaba munye yonk'into yonk'into
Mas'ngaba munye s'jabulisane ha
Kuzolunga vele kuzolunga
Us'thanda sonk'uNkulunkulu anamadlozi ayasithanda ha ha
Uyang'thola

Músicas mais populares de MDO

Outros artistas de Pop