Zibuyile Nonyaka

Zibuyile kulonyaka
Izintombi zomgqashiyo
Ziyakhanyisa
Ngesibani somgqashiyo

Zibuyile kulonyaka
Izintombi zomgqashiyo (Yoo hooo)
Ziyakhanyisa
Ngesibani somgqashiyo

Zibuyile kulonyaka (Yeheni zibuyile kulonyaka)
I... Nithini zintombi nithi kwenze njani noh?(Hmmmmm)

Sithi phambili
Umgqashiyo

Zibuyile kulonyaka eh he he (Zibuyile kulonyaka)
Nithini heh? (Hmmmmm)

Sithi phambili
Umgqashiyo

Nawe khanyisa (Khanyisa)
Khanyisa nawe (Nawe)
Ngenhliziyo (Ngenhliziyo)
Enothando lomculo

Nawe khanyisa (Khanyisa)
Khanyisa nawe (Nawe)
Ngenhliziyo (Ngenhliziyo)
Enothando lomculo

Zingene kukhanya lezingane zenu
Ngoba sesiyakhanya isibane
Somgqashiyo (Hello)

Zingene kukhanya lezingane zenu
Ngoba sesiyakhanya isibane
Somgqashiyo

Zingene kukhanya lezingane zenu
Ngoba sesiyakhanya isibane
Somgqashiyo

Siyakhanyisa
Siyakhanyisa
Siyakhanyisa thina
Ngesibani somgqashiyo

Siyakhanyisa
Siyakhanyisa
Siyakhanyisa thina
Ngesibani somgqashiyo

Siyakhanyisa
Siyakhanyisa
Siyakhanyisa thina
Ngesibani somgqashiyo

Nawe khanyisa (Khanyisa)
Khanyisa nawe (Nawe)
Ngenhliziyo (Ngenhliziyo)
Enothando lomculo

Nawe khanyisa (Khanyisa)
Khanyisa nawe (Nawe)
Ngenhliziyo (Ngenhliziyo)
Enothando lomculo

Curiosidades sobre a música Zibuyile Nonyaka de Mahotella Queens

Quando a música “Zibuyile Nonyaka” foi lançada por Mahotella Queens?
A música Zibuyile Nonyaka foi lançada em 1977, no álbum “Izibani Zomgqashiyo”.

Músicas mais populares de Mahotella Queens

Outros artistas de African music