Hamba Phepha Lami

Hamba phepha lami
Uyongikhonzela phambili
Kuy'isthandwa sami

Hamba phepha lami
Uyongikhonzela phambili
Kuy'isthandwa sami

Ngiswela amaphiko
Okundiza
Ngibheke lapho
Hamba phepha lami

Ngiswela amaphiko
Okundiza
Ngibheke lapho
Hamba phepha lami

Hamba phepha lami
Hamba phepha lami
Hamba phepha lami
Hamba phepha lami

Bengicabanga
Ukuthatha isitimela
Ngathola ukuthi
Naso sihamba kancane
Kungakho
Ngithumela wena
Phepha lami

Bengicabanga
Ukuthatha isitimela
Ngathola ukuthi
Aw naso sihamba kancane
Kungakho
Ngithumela wena
Phepha lami

Hamba hepha lami
Hamba phepha lami
Hamba phepha lami
Hamba phepha lami

Mr Postman please
Deliver this letter by hand
Help me, let it land
In the right hands

Mr Postman please
Deliver this letter by hand
Help me, let it land
In the right hands

WeNoposi
Thatha nali iphephe lami
Ulifake kundizamshini
Ngoba ngifuna impendulo ngokushesha

WeNoposi
Thatha nali iphephe lami
Ulifake kundiza mshini
Ngoba ngifuna impendulo ngokushesha

Hamba phepha lami
Hamba phepha lami
Hamba phepha lami
Hamba phepha lami

Sengithembele kuwe phepha lami
Uphephuke njalo uyongikhonzela esthandweni sami
Sengithembele kuwe phepha lami
Uphephuke njalo uyongikhonzela esthandweni sami

Mr Postman please
Deliver this letter by hand
Help me, let it land
In the right hands

Mr Postman please
Deliver this letter by hand
Help me, let it land
In the right hands

Because I rely on it

Músicas mais populares de Mahotella Queens

Outros artistas de African music