Lixhoshwa Libhekile

Ngathi ngiyashaba mina
Ngashadwa isigebengu
Ngashadwa inswelaboya
Maye okwam'okwezandla

Ngathi ngiyashaba mina
Ngashadwa isigebengu
Ngashadwa inswelaboya
Maye okwam'okwezandla

Awu siyakuzwela
Weh dade wethu
Basho abadala
Bathi lixoshwa libhekile

Awu siyakuzwela
Weh dade wethu
Basho abadala
Bathi lixoshwa libhekile

Awu siyakuzwela
Weh dade wethu
Basho abadala
Bathi lixoshwa libhekile

Kudala ngikukhuza
Ngikukhuza mntanami
Wabathi phika nkani
Wen'uyofel'enkanini

Kudala ngikukhuza mntanami
Wabathi kuphika nkani
Uyofel'enkanini

Kudala ngikukhuza
Ngikukhuza mntanami
Wabathi phika nkani
Uyofel'enkanini

Awu siyakuzwela
Weh dade wethu
Basho abadala
Bathi lixoshwa libhekile (Oh lixoshwa libhekile)

Awu siyakuzwela (Mntanami)
Weh dade wethu
Basho abadala
Bathi lixoshwa libhekile (Oh lixoshwa libhekile)

Awu siyakuzwela
Weh dade wethu (Kodwa kudala ngikukhuza mntanami)
Basho abadala
Bathi lixoshwa libhekile (Oh lixoshwa libhekile)

Awu siyakuzwela
Weh dade wethu

Músicas mais populares de Mahlathini

Outros artistas de African music