Ngam'thanda Umuntu

Losisis ngimboni zolo
Edlula ngasekhaya
Ehamba nabangani bakhe
Kwavela kwajami ingqondo

Ngaphathwa nayikhanda
Kwangathi ngiyasangana
We bantu kanishoni
Nakhe nayibon'intwenjena

Ngamthand'umuntu
Ngiqala ukumbona
Ngamthand'umuntu
Ngifisa ukumlobola

Ngamthand'umuntu
Ngiqala ukumbona
Ngamthand'umuntu
Ngifisa ukumlobola

We bantu abadala
Ake ningikuxoxele
Yakhe yakhona into enjena
Emandulo

Losisi angimazi ngish'igama
Kodwa enhliziyweni usegcwele
We bantu ngisheleni
Yakhe yakhona into enjena

Ngamthand'umuntu (Umunttu)
Ngiqala ukumbona (Ngiqala nokumbona)
Ngamthand'umuntu
Ngifisa ukumlobola

Ngamthand'umuntu
Ngiqala ukumbona (Ngiqala nokumbona)
Ngamthand'umuntu
Ngifisa ukumlobola

Ngamthand'umuntu
Ngiqala ukumbona (Ngiqala nokumbona)
Ngamthand'umuntu
Ngifisa ukumlobola

Ngamthand'umuntu
Ngiqala ukumbona
Ngamthand'umuntu
Ngifisa ukumlobola

Ngiyamthanda losisi
Ngifuna ukuba naye
Ngiyamthanda losisi
Ngifuna ukuba naye

Ngamthand'umuntu (Umuntu)
Ngiqala ukumbona (Ngiqala nokumbona)
Ngamthand'umuntu
Ngifisa ukumlobola (Sthandwa sami)

Ngamthand'umuntu
Ngiqala ukumbona
Ngamthand'umuntu (Ngifuna ukuba naye
Ngifisa ukumlobola (Sthandwa sami)

Músicas mais populares de Linda

Outros artistas de Trip hop