Yithina Labo

Joseph Shabalala

Baphi lababantu?
Baphi lababantu, abahlala besibuza? (Bonke-ke)
Mabafike lapha bazo s'bona, yithina labo
Lalelani nonke (Lalelani nonke)

Baphi lababantu?
Baphi lababantu, abahlala besibuza? (Bonke-ke)
Mabafike lapha bazo s'bona, yithina labo
Lalelani nonke (Lalelani nonke)

Yithina labo
Umfo kaNzima (Mfo kaNzima)
Nomfo kaMshengu (Mfo kaMshengu)
Yithina labo es'cel' ukungena, s'cel' ukungen' endlin' enkulu

Yithina labo
Umfo kaNzima (Mfo kaNzima)
Nomfo kaMshengu (Mfo kaMshengu)
Yithina labo es'cel' ukungena, s'cel' ukungen' endlin' enkulu

Asambeni (Bafana, siyocel' amasiko kwaZulu)
Asambeni (Khona sizothol' ukulungelwa)

Khulekani nina
Siyakhulekela kuy' umDala (Khulekani, bo, sithi bayede)
Isisu somhambi singakanani? (O, ngakanani?)
Singangenso yenyoni

Hayi (He)
Kumnandi (Kumnandi kwelakith’ eMnambithi)

Curiosidades sobre a música Yithina Labo de Ladysmith Black Mambazo

Quando a música “Yithina Labo” foi lançada por Ladysmith Black Mambazo?
A música Yithina Labo foi lançada em 1974, no álbum “Imbongi”.
De quem é a composição da música “Yithina Labo” de Ladysmith Black Mambazo?
A música “Yithina Labo” de Ladysmith Black Mambazo foi composta por Joseph Shabalala.

Músicas mais populares de Ladysmith Black Mambazo

Outros artistas de World music