Mazulu Thandanani

Joseph Shabalala

Inkosi mayibe nawe Shenge
Lokhu okwenzeka, kwakuqala nqa
Sisho lapha kwelakithi e-Afrika

Kwabamyama (Kwabamyama nabamhlophe)
Sibonga amazwi akho amahle
Owawa khuluma kwelaphesheya

Noma ukhalo (luse ludhe)
Lapho siyakhona
Kodwa inhlansi isiyabonakala

Bongani nonke (Makabongwe uMvelinqangi)

Mazulu thandanani, hayi ukuxoki, hayi isikhwele

Mazulu thandanani (hayi ukuxoki)
Mazulu thandanani (hayi isikhwele)
Mazulu thandanani (Musan’ ukuhlebana ngalapha nangalapha)

Wang’hleka mina (We nsizwa)
Wang’hleka (We ntombi)
Wang’hleka mina nje
Abanye bahleka, bahleka wena

Uhleka mina nje (ha ha ha ha)
Uhleka mina nje
Abanye bahleka, bahleka wena
Uhleka mina nje (ha ha ha ha)
Uhleka mina nje (Wang’hleka wena)
Ungaboy’ hlek’ intandane
Uhleka mina nje
Uhleka mina nje
Ungaboy’ hlek’ intandane
Uhleka mina nje (K’sasa kungawe)
Uhleka mina nje
Abanye bahleka, bahleka wena
Uhleka mina nje (O, abanye bahlek’)
Uhleka mina nje (O, abanye bahlek’)
Abanye bahleka, bahleka wena
Uhleka mina nje (ha ha ha ha)
Uhleka mina nje
Abanye bahleka, bahleka wena
Uhleka mina nje (ha ha ha ha)
Uhleka mina nje
Ungaboy’ hlek’ intandane
Uhleka mina nje (Wang’hleka wena, bo)
Uhleka mina nje
Ungaboy’ hlek’ intandane
Uhleka mina nje (K’sasa kungawe)
Uhleka mina nje
Abanye bahleka, bahleka wena
Uhleka mina nje (O, abanye bahlek’)
Uhleka mina nje (We, k’dhala bebahlek’)
Abanye bahleka, bahleka wena
Uhleka mina nje (ha ha ha ha)
Uhleka mina nje
O, abanye bahleka, bahleka wena
Uhleka mina nje (ha ha ha ha)

Hayi (he)
Khanyisa Nkos’ (Khanyisa Nkosi kwelakith’ emnambithi)

Curiosidades sobre a música Mazulu Thandanani de Ladysmith Black Mambazo

Quando a música “Mazulu Thandanani” foi lançada por Ladysmith Black Mambazo?
A música Mazulu Thandanani foi lançada em 1974, no álbum “Imbongi”.
De quem é a composição da música “Mazulu Thandanani” de Ladysmith Black Mambazo?
A música “Mazulu Thandanani” de Ladysmith Black Mambazo foi composta por Joseph Shabalala.

Músicas mais populares de Ladysmith Black Mambazo

Outros artistas de World music