Ushilo Wena [Live]

Ushilo wena wathi abayokhuleka egameni leNkosi yeh
Ushilo wena bayothola amandla amasha abasoze bajabhiswa yeeh
Ushilo wena ngezinsuku zokugcina uzothela umoya wakho yeeh
Ushilo wena wathi siyobona imibono siyophupha namaphupho (Ushilo wena)
Ushilo wena, abayokhuleka egameni leNkosi (Wathi abayo ushilo wena)
Ushilo wena, bayothola amandla amasha abasoze bajabhiswa yeeh( Ushilo wena)
Ushilo wena, ngezinsuku zokugcina uzothela umoya wakho yeeh (Ushilo wena)
Ushilo wena, siyobona imibono siyophupha namaphupho (Sithembe)

Sithembe wena (Silindele)
Silindele wena (Come on every hand in the air come on now let's sing it together sith ye)
Ehlisa umoya wakho phezu kwethu
Ehlisa amandla wakho sivuselele (Come on declare it together)
Ehlisa umoya wakho phezu kwethu
Ehlisa amandla wakho sivuselele(Ushilo)

Ushilo wena, abayokhuleka egameni leNkosi (Ushilo wena)
Ushilo wena, bayothola amandla amasha abasoze bajabhiswa yeeh (Ushilo wena)
Ushilo wena, ngezinsuku zokugcina uzothela umoya wakho yeeh (Ushilo wena)
Ushilo wena, siyobona imibono siyophupha namaphupho

Sithembe wena
Silindele wena (Silindele wena silindele wena)
Ehlisa umoya wakho phezu kwethu
Ehlisa amandla wakho (Ehlisa amandla wakho ehlisa amandla sivuselele)
Sivuselele (Ehlis'umoya)

Yandisa uqobo lwami
Yandisa umkhawulo wami
Sikulindele, sikulambele sikulambele
Yandisa uqobo lwami
Yandisa umkhawulo wami
Sikulindele, sikulambele sikulambele (Yandis'uqobo)

Yandisa uqobo lwami (Yandis'umkhawulo wami)
Yandisa umkhawulo wami (Sikulindele)
Sikulindele, sikulambele (Sikulambele)

Músicas mais populares de Khaya Mthethwa

Outros artistas de Gospel