Uthando

Kelly Khumalo, Mojalefa ‘Mjakes’ Thebe

Aw' uyeyeni awuyeyeni awuyeyeni
Aw'yeye' uyeyeni awuyeyeni uyeyeni
Awuyeyeni

Sengze ngathol' uthando awu webaba
Mkhwenyana leth' inkomo (awu webaba)
Sengze ngathol' uthando awu webaba
Mkhwenyana leth' inkomo (awu webaba)

Zangen' inkomo kwa Khumalo
Awu isiyemyem awu yelele babo
Uyathathwa umakoti namhlanje
Awu isiyemyem awu yelele babo yhe

Sengze ngathol' uthando awu webaba
Mkhwenyana leth' inkomo (awu webaba)
Sengze ngathol' uthando awu webaba
Mkhwenyana leth' inkomo (awu webaba)

Bamenyiwe bonk' omakhelwane (we baba)
Kuzo kikizwa kikizwa lapha ekhaya (we baba)
Bakhona bonke nabomdeni (we baba)
Uthando namhlanje (we baba)
Ngumanqoba (we baba)
Ngithol' indoda emadodeni (we baba)
Sthandwa senhliziyo yami (we baba)
Wangenz' umuntu namhlanje (we baba)
Awu yelele eh eh eh (we baba)
Ngibizw' umakoti namhlanje
Awu isiyem yem
Awu yelele babo uyeye

Sengze ngathol' uthando awu webaba
Mkhwenyana leth' inkomo (awu webaba)
Sengze ngathol' uthando awu webaba
Mkhwenyana leth' inkomo (awu webaba)

Aw' uyeyeni ngathol' umendo namhlanje
Bajabul' abakithi namhlanje oh
Aw' uyeyeni ngathol' umendo namhlanje
Bajabul' abakithi namhlanje he he

Sengze ngathol' uthando awu webaba
Mkhwenyana leth' inkomo (awu webaba)
Sengze ngathol' uthando awu webaba
Mkhwenyana leth' inkomo (awu webaba)
Sengze ngathol' uthando awu webaba
Mkhwenyana leth' inkomo (awu webaba)
Sengze ngathol' uthando awu webaba
Mkhwenyana leth' inkomo (awu webaba)

Sengze ngathol' uthando oho
Mkhwenyana leth' inkomo
Sengze ngathol' uthando hm
Mkhwenyana leth' inkomo

Curiosidades sobre a música Uthando de Kelly Khumalo

Quando a música “Uthando” foi lançada por Kelly Khumalo?
A música Uthando foi lançada em 2016, no álbum “My Truth”.
De quem é a composição da música “Uthando” de Kelly Khumalo?
A música “Uthando” de Kelly Khumalo foi composta por Kelly Khumalo, Mojalefa ‘Mjakes’ Thebe.

Músicas mais populares de Kelly Khumalo

Outros artistas de Middle of the Road (MOR)