Siyaya

LWANDO NYANGIWE, MXOLISI MFUNDO MHLONGO

Siyaya ngoJehova wethu

Nokho ameva siwanyathel'endleleni
Nom'inhlupheko sizific'endleleni
Nom'ukulingwa sikuthola nako endleleni
Ngeke sahlehlel'emuva siyaya (Siyaya)
NgoJehova wethu (NgoJehova wethu)

Noma sesethukw'endleleni
Noma besiph'amagama endleleni
Lokho ngeke kusenze sihlehlel'emuva
WeJehova wethu siyaya (Siyaya)
Ngeke sasuka kuye (NgoJehova wethu)
Siyaya (Siyaya)
Ngeke sajika, siyakumkhomza uJehova (NgoJehova wethu)

Noma ke besethukw'endleni
Noma ke bebesiph'amagama singawazi, ngoba siyakholwa
Ngeke sizejik'ukumkhonz'uBaba wethu
Moy'oyingcwele siyafun'ukuzwa kuwe siyaya (Siyaya)
Siyaphumelela Jesu, ngokukhol'uJehova, siyaphumelela (NgoJehova wethu)
Siyaya asisho sonke (Siyaya)
NgoJehova wethu (NgoJehova wethu)

Noma ke bebesethuka kulolendlela ngoba siyakholwa
Noma ke bebesiph'amagama kuyolendlela kulungile
Ngeke, ngeke sijik'ukumkhonz'uBaba
Thina sinoJesu osiphumelelisayo siyaya (Siyaya)
NgoJehova wethu (NgoJehova wethu)
Siyaya (Siyaya)
Ngeke sijike, ngeke sihlehl'emuva (NgoJehova wethu)

Noma kanjani siyaphumelela ngokukholwa njalo (Siyaya)
Yena uzos- uzosithatha asibeke phezulu
UJehova uyasithanda bazalwane (NgoJehova wethu)
Nguyen'oyosisindisa, nguyena (Siyaya)
Nguyena akekh'omunye (NgoJehova wethu)

Akekh'omuny'umuntu owazana nawe mzalwane, nguJehova kuphela (Siyaya)
Owaz'impilo yakho (NgoJehova wethu)
Noma sebathi baqedile ngawe, kodw'uJehova umile (Siyaya)
Wena thath'uhlaka lwakho uhambe
Wen'ukholo lwakho luk'sindisile (NgoJehova wethu)

Akesisho sonke siyaya (Siyaya)
NgoJehova wethu (NgoJehova wethu)
Noma ngabe kunjani siyaya (Siyaya)
NgoJehova wethu (NgoJehova wethu)

Ngeke sijik'ukumkhonza, ngeke siyeke ukumkhoza (Siyaya)
Ngoba uJehova wethu kodwa singayeka kanjani (NgoJehova wethu)
Siyaya oh ya yeh, siyaya ke (Siyaya)
NguJehova osiphumelelisayo, ak'siwukuhlanipha kwethu (NgoJehova wethu)
NguJehova osi-leadayo, ak'siwukuhlanipha kwethu, siyaya (Siyaya)
(NgoJehova wethu)

Curiosidades sobre a música Siyaya de Jumbo

De quem é a composição da música “Siyaya” de Jumbo?
A música “Siyaya” de Jumbo foi composta por LWANDO NYANGIWE, MXOLISI MFUNDO MHLONGO.

Músicas mais populares de Jumbo

Outros artistas de Reggaeton