Ngizolibonga [Live]

Ngiphakamisela amehlo ami kuwe Msindisi
Nguw'ithemba lami, ekuhambeni kwami
Wena waliv'izwi lomkhuleko wami
Ngikhala kuwe Somandla
Welul'isandla Sakho, wangiphakamisa

Ngizolibonga, ngizolibonga
Ngizolibonga elakho igama
Ngizolibonga hallelujah, ngizolibonga
Ngizolibonga elakho igama

Ngizolibonga (Ngizolibonga)
Emagameni walomhlaba, haleluya (Ngizolibonga)
Ngizolibonga (Ngizolibonga)
Elakho (Elakho igama)

Silinikiwe leligama (Ngizolibonga)
Besingelutho ngaphandle kwalo (Ngizolibonga)
Ngizolibonga (Ngizolibonga)
Lona lodwa (Elakho igama)

Ndiyabhabatisa ndenz'isethembiso (Ngizolibonga)
Emagumbin'aman omhlaba, ndizonqula lona (Ngizolibonga)
Ngizolibonga, ngizolibonga (Ngizolibonga)
Elakho, elakho (Elakho igama)

Ngizolibonga (Ngizolibonga)
Ngizophakamisa lona lodwa, haleluya (Ngizolibonga)
Ngizocula lona, ngizolibonga (Ngizolibonga)
Ngizolibonga, ngizolibonga (Elakho igama)

Lingenzel'okuhle (Ngizolibonga)
Ngihlabela yilo (Ngizolibonga)
Ngizolibonga, haleluya (Ngizolibonga)
Haleluya, haleluya (Elakho igama)

Ungena nathi
Ungena nathi
Ungena nathi, esithandweni somlilo
Jesu unge, ungenathi haleluya
Esithandweni, emililweni, emigodini
Awusiyekeli, awusishiyi, awusideli

Ngizolibonga (Ngizolibonga)
(Ngizolibonga)
Ngizolibonga (Ngizolibonga)
Ngizolibonga, ngizolibonga (Elakho igama)

Ngizolibonga (Ngizolibonga)
Ngizolibonga (Ngizolibonga)
Bengingelutho ngaphandle kwakho, haleluya (Ngizolibonga)
Haleluya, haleluya (Ngizolibonga)

Ngizolibonga

Músicas mais populares de Joyous Celebration

Outros artistas de Gospel