Ngizengif' Ezulwinni

Ngithethelele izono zami
Uhlanz'umoya wam
Mina ngithembe wena weJesu wam
Qhawe lamaqhawe

Ngize (Ngizengifik'eZulwini)
(Ngihlale nabangcwele)
Ngize (Ngizengifik'eZulwini)
Ngihlale (Ngihlale nabangcwele)

Uzungigcine oh Nkosi yami
Ngizengifike ekhaya
Ulondoloze Somandla lomphefumlo wami
Mina ngizengifik'eZulwini

Oh mina Baba (Ngizengifik'eZulwini)
Ngifik'ekhaya (Ngihlale nabangcwele)
Ngifik'ekhaya (Ngizengifik'eZulwini)
Ngijabule nabangcwele (Ngihlale nabangcwele)

Uzungigcine oh Nkosi yam
Ngizengifike ekhaya le
Ulondoloze Nkosi yami, lomphefumlo wami
Hawu ngizengifike ekhaya

Somandla ngigcine (Ngizengifik'eZulwini)
Ngihlale nabangcwele (Ngihlale nabangcwele)
Ngize (Ngizengifik'eZulwini)
Ngihlale (Ngihlale nabangcwele)

Ngifike (Ngizengifik'eZulwini)
Ngifike mina (Ngihlale nabangcwele)
Ngifike, ngifike, ngifike (Ngizengifik'eZulwini)
Sengifike ekhaya (Ngihlale nabangcwele)

Ngifike, ngifike mina (Ngizengifik'eZulwini)
Ngifike ekhaya (Ngihlale nabangcwele)
Ngifike, ngifike, ngifike (Ngizengifik'eZulwini)
Ngifike ekhaya (Ngihlale nabangcwele)
Ngifike Baba (Ngizengifik'eZulwini)
Ngihlale nabangcwele (Ngihlale nabangcwele)

Ngize ngifike (Ngizengifik'eZulwini)
Ngihlale (Ngihlale nabangcwele)
Ngize ngifike (Ngizengifik'eZulwini)
Ngihlale (Ngihlale nabangcwele)
Ngifike (Ngizengifik'eZulwini)
Ngifike, ngifike (Ngihlale nabangcwele)

Ngifike, ngifike (Ngizengifik'eZulwini)
Ngifike, ngifike (Ngihlale nabangcwele)
Ngifike, ngifike (Ngizengifik'eZulwini)
Ngifike, ngifike (Ngihlale nabangcwele)
Ngifike Baba (Ngizengifik'eZulwini)
Ngifike Baba (Ngihlale nabangcwele)

Músicas mais populares de Jabu Hlongwane

Outros artistas de Gospel