Sebebuthwa

(Sebebuthwa abakhethwa)
(Bengeniswa ekhaya)
(Wothi yebo Nkosi nakumina la)

Sebebuthwa (Sebebuthwa abakhethwa)
(Abakhethwa bengeniswa ekhaya)
(Wothi yebo Nkosi nakumina la)

Laphayana laphayana
Ngithi masinyane (Masinya)
Masinyane (Maufika laphaya)

Ma ufka laphayana Jesu (Laphaya)
Yebo Laphayana (Laphaya)
Yebo Laphayana he (Masinya maufika laphaya)

Laphaya he ngithi laphayana ekhaya
Ngithi masinya (Masinya maufika laphaya)

Ma ufika laphaya Jesu (Laphaya)
Yebo Laphayana Smakade (Laphaya)
Yebo Laphayana (Masinya maufika laphaya)

Ngalo lona lolo suku
Bevukile abeNkosi
Behlotshiswe ngobukhosi bayo le

Maye sebebuthwa bona sebekhethwa
Bengeniswe Khon’ ekhaya
Ngiyothi yebo Nkosi nakumina la

Laphaya yebo laphayana
Ngithi masinyane (Masinya maufika laphaya)

Ma ufika laphaya ye (Laphaya)
Yebo Laphayana Jesu (Laphaya)
Yebo Laphayana (Masinya maufika laphaya)

Yebo Laphaya
Ngithi laphayana ekhaya lena
Ngisho masinya (Masinya maufika laphaya)

Siyofika laphaya ekhaya (Laphaya)
Siyofika sigumule (Laphaya)
Sidumise nabangcwele ekhaya (Masinya maufika laphaya)

Sebebuthwa (Sebebuthwa abakhethwa)
(Bengeniswa ekhaya)
(Wothi yebo Nkosi nakumina la)

Yebo sebebuthwa (Sebebuthwa abakhethwa)
(Bengeniswa ekhaya)
(Wothi yebo Nkosi nakumina la)

Músicas mais populares de Hlengiwe Mhlaba

Outros artistas de Gospel