Inkos' Inamandla

We nhliziyo yami
Mawuhlaka-hlakaniphe
Zikuhaqile izitha zakho
Zivukela wena
Zivukela wena

Qina utha-uthandaze
Ungayeki ukulwa
Ngithi cela ngezinsuku zonke
iNkosi inamandla leNkosi, inamandla
Inamandla, inamandla leNkosi
iNkosi inamandla, inamandla

iNkos'enamandla (iNkosi ina-inamandla)
(iNkosi ina-inamandla)
(iNkosi ina-inamandla)
(iNkosi ina-inamandla)

Yen'uvula abangaboni amehlo unamandla (iNkosi ina-inamandla)
Yen'uvula abangaboni amehlo unamandla (iNkosi ina-inamandla)
Bayede (iNkosi ina-inamandla)
Wena wembethil'umlilo njengengubo (iNkosi ina-inamandla)

(iNkosi ina-inamandla)
(iNkosi ina-inamandla)
Wena osuke enkazimulweni buya enkazimulweni (iNkosi ina-inamandla)
Wena osuke enkazimulweni buya enkazimulweni (iNkosi ina-inamandla)
Wena osuke enkazimulweni buya enkazimulweni (iNkosi ina-inamandla)

Músicas mais populares de Hlengiwe Mhlaba

Outros artistas de Gospel