Emoyeni Wami

Mabala onke nkosi yam
Awungcolis'imoya wam
Ngihlanze kuwo namhlanje
Ungenze ngilufuze ke

Ngihlanzeke (Ngihlanzeke emoyeni wam)
Mandibethelwe (Mandibethelwe uqobo lwam)
Senginikela (Senginikela konk'okwami)
Kuwe kuwe (Kuwe kuwe kuwe)

Ngingawukhohlw'umhla lo
Mhla satholana nawe lo
Ungiqinise Jesu wam
Kube nguwe impilo yam

Ngihlanzeke (Ngihlanzeke emoyeni wam)
Mina ma (Mandibethelwe uqobo lwam)
Sengiyanikela (Senginikela konk'okwami)
Yebo konk'okami (Kuwe kuwe kuwe)

Yebo ngihlanzeke (Ngihlanzeke emoyeni wam)
Mandibethelwe (Mandibethelwe uqobo lwam)
Sengiyanikela (Senginikela konk'okwami)
Kuwe kuwe (Kuwe kuwe kuwe)

Yebo kuwe kuwe kuwe
Yebo kuwe kuwe kuwe
Yebo kuwena somandla (Kuwe kuwe kuwe)
Kuwena Jesu
Kuwena somandla (Kuwe kuwe kuwe)

Músicas mais populares de Hlengiwe Mhlaba

Outros artistas de Gospel