Uzoba Kuphi

Osukwini lokwahlulwa uzoba kuphi? (Uzoba kuphi)
Nxa abafileyo bevuswa uzoba kuphi?
Nxa izincwadi zivela uzoba kuphi? (Uzoba kuphi)
Nxa ababi bonke behlulwa uzoba kuphi?

Uzoba kuphi? (Uzoba kuphi na)
Ngosuku losizi (Ngosuku losizi)
Uzoba kuphi? (Uzoba kuphi na)
Ngosuku lolo (Ngosuku lolo)
Ngosuku lolo olusabekayo (Lusabekayo)
Uzobakuphi wena na, uzobakuphi?

Nxa umlilo uvutha uzoba kuphi? (Uzoba kuphi)
Konk'okomhlaba kushiswa uzoba kuphi?
Nxa ababi bonke bephoswa uzoba kuphi? (Uzoba kuphi)
Echibini lomlilo uzoba kuphi?

Uzoba kuphi (Uzoba kuphi na)
Ngosuku losizi (Ngosuku losizi)
Uzoba kuphi (Uzoba kuphi na)
Ngosuku lolo (Ngosuku lolo)
Ngosuku lolo olusabekayo (Olusabekayo)
Uzobakuphi wena na, uzobakuphi?

Osukwini lokwahlulwa uzoba kuphi? (Uzoba kuphi)
Nxa abafileyo bevuswa uzoba kuphi?

Músicas mais populares de Derrick Ndzimande

Outros artistas de Gospel