Siqonda Ekhaya
Siqonda ekhaya nithini na?
Masingathiyeki ngalutho la
Nxa sikholwa lapha sobona le
Sohlala noJesu kukuhle hle
Bodade nabafo kunjani na?
Nxa nikhathazwa ubani la
Khon'imthwalo le yobalula nje
Nobamba kalula indlela ke
Yebo bakithi sizombonga heh
Loduma izulu linkeneze nke
Yena k'uJes'ufanel'ubukhosi nje
Ehe wodunyiswa phezulu le
Bhekani kuJes'enguMholi ke
Nina nophiwa amandla nguyena heh
UJesu unathi ngoMoya la
Kepha ke ngale sizombona heh
Yebo bakithi sizombonga heh
Loduma izulu linkeneze nke
Yena k'uJes'ufanel'ubukhosi nje
Ehe wodunyiswa phezulu le