Baxolele

UJesu bambethela (Ngoba yena wayethandaza)

Ethi Baba baxolele (Abakwaz'abakwenzayo)

Weh mzalwane baxolele bo (Abakwaz'abakwenzayo)

Woh xola shlobo sami bo (Abakwaz'abakwenzayo)

Uthini makhelwane? (Abakwaz'abakwenzayo)

Oh nawe baxolele bo (Abakwaz'abakwenzayo)

Oh sizothini na kuJehovah? (Thina ngokuziphindisela kwethu)
Oh sizothini na kuSomandla? (Thina ngokuziphindisela kwethu)
Uzothini na kuJehovah? (Thina ngokuziphindisela kwethu)

Ngakho xola weh mzalwane bo (Abakwaz'abakwenzayo)
Oh xola shlobo sami bo (Abakwaz'abakwenzayo)
Oh xola makhelwane (Abakwaz'abakwenzayo)

Oh sizothini na kuJehovah? (Thina ngokuziphindisela kwethu)
Oh sizothini na kuSomandla? (Thina ngokuziphindisela kwethu)

Músicas mais populares de Derrick Ndzimande

Outros artistas de Gospel