Alikho emhlabeni

Alikho emhlabeni ikhaya lami qha
Nginguye ohambayo ngizulazula la
Ikhaya lami nanto, lisezulwini ha!
Alikho la elinje nalodwa

Khaya lam lihle hle
Muzi wam muhle ke
Ikhona sizohuba sithi Hallelujah

Bheka le buso bam
Yizwa ke ndlebe yam
Ikhaya lami nanto phezulu

Kungabantoni manje ezongibamba la?
Ngifuna inhliziyo emhlophe ithe pha
Ngokuba kungengene ekhaya leliya
Into engcolileyo nayodwa

Khaya lam lihle hle
Muzi wam muhle ke
Ikhona sizohuba sithi Hallelujah

Bheka le buso bam
Yizwa ke ndlebe yam
Ikhaya lami nanto phezulu

Sengiyacela Nkosi uba ngiphiwe ke
Lamandl’engiwadinga uba ngifike le
Ngokuba izilingo zingihaqile heh
Ngiyohluleka uma ngingedwa

Khaya lam lihle hle
Muzi wam muhle ke
Ikhona sizohuba sithi Hallelujah

Bheka le buso bam
Yizwa ke ndlebe yam
Ikhaya lami nanto phezulu

Músicas mais populares de Derrick Ndzimande

Outros artistas de Gospel