NGEKE

Hayi we ma we
Hayi we
Hayi we ma we
Hayi we, hayi we, mama we, ma we

Hayi mina ngeke, ngeke
Ng'hlulwe yint' engakhulumi mina
Hayi ngizokwenza, kwenza
Konk' engik'fisayo kwenzeke
Sehlulekil' izolo
Sovuka s'hambe futhi (Oh ungayeki)
Sehlulekil' izolo
Sovuka s'hambe futh (Oh ungayeki)

Angeke ng'lahl' ithemba lami bo
Oh ungayeki (Usaphila, ngeke)
Angeke ng'lahl' ithemba lami bo (Angeke ng'lahl' ithemba lami bo)
Ngoba min' ang'yeki
Ngisaphila ngеke
Angeke ng'lahl' ithеmba lami bo (Angeke ng'lahl' ithemba lami bo)

Ngeke ng'lahl' ithemba lami
Ngeke ng'lahl' ithemba lami
Ngeke ng'lahl' ithemba lami
Ngeke ng'lahl' ithemba lami

Hayi we ma we
Hayi we
Hayi we, mama we, ma we
Hayi we ma we
Hayi we, hayi we
Hayi we
Hayi we ma we
Hayi we
Hayi we, mama we, ma we

Hayi mina ngeke, ngeke
Ng'hlulwe yint' engakhulumi mina
Hayi ngizokwenza, kwenza
Konk' engik'fisayo kwenzeke
Sehlulekil' izolo
Sovuka s'hambe futhi
Namhlanje ayifani nayizolo
Sovuka s'hambe futhi

Lent' iyababa s'thandwa yi-chillis
Ungathi ng'yadlala kanti ng'qinisile
Seng'delile mina, seng'bonile
Lent' inzima kodwa siyaphakamisa
Yebo ng'zozama kodwa ang'thembisi
Lent' inzima nam' iyangisinda
Ng'cel' ushwele nam seng'zwile

Oh angeke
Ngeke ng'lahl' ithemba lami bo
Oh angeke
Ngeke ng'lahl' ithemba lami bo
Oh angeke
Ngeke ng'lahl' ithemba lami bo
Ngoba min' ang'yeki
Ngisaphila, ngeke
Angeke ng'lahl' ithemba lami bo

Oh angeke (Hayi we ma we)
Ngeke ng'lahl' ithemba lami bo
Oh angeke (Hayi we ma we)
Ngeke ng'lahl' ithemba lami bo
Oh angeke
Ngeke ng'lahl' ithemba lami bo
Oh angeke (Hayi we ma we)
Ngeke ng'lahl' ithemba lami bo

Ngeke ng'lahl' ithemba lami
Ngeke ng'lahl' ithemba lami (Hayi we ma we)
Ngeke ng'lahl' ithemba lami (Hayi we ma we)
Ngeke ng'lahl' ithemba lami (Hayi we ma we)

Hayi we ma we
Hayi we
Hayi we ma we
Hayi we, hayi we, mama we, ma we

Músicas mais populares de DBN Gogo

Outros artistas de World music