Ingelosi

Dankie dankie
Danki mondli wentandane

Ukube bathi uthando luyakhokhelwa ngabe seng'phelile
Ngoba zonke insuku ngiphupha ngawe ngilokhu ngikulandelile
Hawu thambo lami
Ngikuthanda ngaphezu kwabangani
Awu smomondiya awu snqumo sami bewucabangani

Awu njalo mangikubona inhliziyo yami iya ticka
Even noma usungiqomile
Bengiphinde ngibuye ngizoyibika
Benghlale nginobuthongo
Kodwa ubuhle bakho bangivusa
Bengihlale ngihambela phansi kodw' uthando lwakho lwanginyusa

Mawumoyizela
Kukhala indoda endala
Uyingelosi let's go down
Baby bambi sandla sami
Mawumoyizela
Kukhala indoda endala
Uyingelosi let's go down
Baby bambi sandla sami mmm

I guess you never know
The things you do to me
Wenzi ndoda endala ikhale mii
Kanti kenza ngani
Bamba bamba isandla sami
There are so many things i wanna show u
Mampintsha uthi im so obsessed
Kanti akazi i'm so inlove

Mawumoyizela (ng'thanda wena wedwa baby)
Kukhala indoda endala (khal'indoda endala)
Uyingelosi let's go down
Baby bambi sandla sami
Mawumoyizela
Kukhala indoda endala
Uyingelosi let's go down
Baby bambi sandla sami

Ng'thanda wena, wena k'phela
Akekho'munye ongadidisa
Ngampela uyangibusisa, sometimes uyangigulisa
Together sinezibusiiso ezisuka kumdali
Manje silinde usuku, usuko'lukhulu
Lomshado

Simeme abangani
Abo mndeni
Abo fakazi
Sibophi'ifindo la sofa silahlane (maw'moyizela baby)

Mawumoyizela (you make every man lose the steps)
Kukhala indoda endala (oh ingelosi)
Uyingelosi let's go down (ngithanda wena wedwa baby)
Baby bambi sandla sami uh uh
Mawumoyizela (look at you when you walk)
Kukhala indoda endala (you make me lose my cool)
Uyingelosi let's go down
Baby bambi sandla sami (wang'bulala wang'bulala mntano'muntu)

Uthando lwami, uthando lwakho baby girl alurasti
Bambo lwami
Uhambo lwami nami bath'alast
Thambo lwami, ithemba lakho imina stru one chance
And ngiyazi awung'trust but ivari
Mina ang'dlali ngawe ngfunu'kuphanti' imali ngikhand'ingane nawe
Ngidlali llife nawe
Ngifunu'kuba iqhawe, insizwa ayikhali, ikasi lincanye nawe
Ng'funu khothiinkosi nawe
Impilo kuy'phothula nawe
And vele kusasa ngiyazi uzobu'biza uzakwe

Mawumoyizela (ng'thanda wena wedwa baby)
Kukhala indoda endala (khal'indoda endala)
Uyingelosi let's go down
Baby bambi sandla sami
Mawumoyizela
Kukhala indoda endala
Uyingelosi let's go down
Baby bambi sandla sami

Músicas mais populares de Big Nuz

Outros artistas de Dance music